Who is wenbro?

Umbono We-Wenbro

Umbono wethu ukuba yigama eliholayo kanye nebhrendi ethenjwayo yemishini eyifinyelelekayo neyikhwalithi. Ukuhlinzeka amasevisi ethi kulo lonke elaseNingizimu Afrika kanye nokuba umhlinzeki ohamba phambili nokhuphula izinga embonini yonke.

Injongo Ye-Wenbro

Injongo yethu ukuqashisa ngendlela ethenjwayo, engahlukumezi enciphisa ukucindezeleka kumakhasimende ethu futhi yandise isikhathi sokusebenzisa umshini; ukuthengiswa kwemishini eshibhile eyikhwalithi kanye nesevisi enhle elandela ngemva kokuthenga kanye nokunikeza usizo kuyo yonke imishini yokukhiqiza ethembekile neyikhwalithi.

Izinkolelo Ze-Wenbro

1. Ikhasimende Lihamba Phambili
2. Khuluma Ngokucacile, Ngokuphumelelayo Nangokushesha
3. Ungafihli Lutho Futhi Ukhulume Iqiniso
4. Ukungayeki Ukufunda. Nanini.
5. Yenza Yonke Into Ngokuziqhenya
6. Hlonipha Ikhasimende Lakho, Ithimba Lakho Kanye Nabahlinzeki Bakho
7. Yiba Nobuntu

Read our Vision, Mission & Values in any of the official languages of South Africa

Scroll to Top